LyricFind Logo
LyricFind Logo
Profile image icon
Lyric cover art

A Tribute To Deborah - Best Of Vol. 1

•

2013

Udlalile Ngabantu

Apple Music logo
Deezer logo
Spotify logo
Lyrics
Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Yekela (Yekela ukudlala ngabantu)

Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
UJehova akakufuni lokho (Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu (Yekela ukudlala ngabantu)

Kumele ngiyisebenzele imihla yami
Ngisasemhlabeni hihi himmm
Ngibale izibusiso zami uThixo anginike zona
Oh oh mhh ngizibonge ngisaphila
Ningababukeli phansi abasweleyo
Abangenawo amandla okuziphilisa
Nabo ngabantwana benkosi
Eyi bayokuzuza uma isikhathi sesifikile

Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Ungusathane wasemhlabeni (Yekela ukudlala ngabantu)

Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Izithukuthuku zabantu (Udlalile ngabantu)
UJehova akakufuni lokho (Yekela ukudlala ngabantu)

Ekapa bakhathele (Bakhathele nguwe)
Nase Gauteng bakhathele (Bakhathele nguwe)
ENatali khona angisakhulumi
(Izithukuthuku zabantu)
(Yekela wena yekela wena)
(Hayi bo uJehova akasakufunu lokho)

(Udlalile ngabantu)
(Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu (Yekela ukudlala ngabantu)

Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
UJehova akakufuni lokho (Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu (Yekela ukudlala ngabantu)

Udlalile ngoNgobese
Wadlala ngoMakhathini
Wadlala ngentombi yakwaShabalala
Wadlala ngami
Ngaphuma ekhaya ngithi ngiyosebenzela ingane
Wadlala ngami ngahlangana nawe ngaqala ukuhlupheka

UJehova akakufunu lokho (Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu (Yekela ukudlala ngabantu)

Udlala ngabantu (Udlalile ngabantu)
UJehova akakufuni lokho (Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu (Yekela ukudlala ngabantu)

Ufik' uthini kuSomandla (Udlalile ngabantu)
Ufik' uthini phambi kwakhe (Udlalile ngabantu)
Udlala ngabantu (Yekela ukudlala ngabantu)

Ungusathane wasemhlabeni (Udlalile ngabantu)
Hey yekela (Udlalile ngabantu)
Yekela ukudlala ngabantu (Yekela ukudlala ngabantu)

(Udlalile ngabantu)
Unkulunkulu akakufuni lokho (Udlalile ngabantu)
Unkulunkulu akasakufuni loko (Yekela ukudlala ngabantu)

WRITERS

DEBORAH FRASER, SIPHO MBELE

PUBLISHERS

Lyrics © Universal Music Publishing Group

Share icon and text

Share


See A Problem With Something?

Lyrics

Other

More From This Album

Lyric cover art

A Tribute To Deborah - Best Of Vol. 1

2013

01

Abanye Boyambona

Zoo Loo

02

Udlalile Ngabantu

Zoo Loo

03

Sizwile Ukukhala

Zoo Loo

04

Ngizohamba Nawe

Zoo Loo

05

Mawungangedluli Jesu

Zoo Loo

06

Khon'ekhaya

Zoo Loo

07

Mawahlangane

Zoo Loo

08

Dila Nabo Nkosi

Zoo Loo

09

Uma Kungenxa

Zoo Loo

10

Hlomani Izikhali

Zoo Loo

11

Nansi Le Nqola

Zoo Loo

12

Imvuselelo

Zoo Loo

From This Artist