Uyophelelaphi (uyophelelaphi)
Uyophelelaphi (wena sihlobo sami)
Ngiyabuza mina (uyophelelaphi na)
Phelelaphi na (wena wemfowethu)
We mbulali wena (uyophelelaphi)
Uyophelelaphi (wena sihlobo sami)
Ngiyabuza mina (uyophelelaphi na)
Uyophelelaphi (wena wemfowethu)
Mina ngiyabuza wemfowethu
Uyophelelaphi na (wena wemfowethu)
Bayakhala ngapha nangapha
Ngiyabua (uyophelelaphi na)
Phelelaphi na (wena wemfowethu)
Uyophelelaphi (uyophelelaphi)
Uyophelelaphi (wena sihlobo sami)
Sengiyabuza mina (uyophelelaphi na)
Phelelaphi na (wena wemfowethu)
We mbulali bo (uyophelelaphi)
We mbulali wena (wena sihlobo sami)
Sengiyabuza mina (uyophelelaphi na)
Phelelaphi na (wena wemfowethu)
Kunezintandane kunabafelokazi
Uyophelelaphi na (wena wemfowethu)
Phelelaphi na (wena wemfowethu)
Buyel' ekhaya (uyophelelaphi)
Buyel' ekhaya (wena sihlobo sami)
Buyel' ekhaya (uyophelelaphi na)
Buyel' ekhaya wena (wena wemfowethu)
Uyafuneka (uyophelelaphi)
Jesu uyakuthanda (wena sihlobo sami)
Buyel' ekhaya (uyophelelaphi na)
Buyel' ekhaya wena (wena wemfowethu)
Uyophelelaphi bo (uyophelelaphi)
Uyophelelaphi wena (wena sihlobo sami)
Wembulali wena (uyophelelaphi na)
Uyophelelaphi na (wena wemfowethu)
Bayalila ngawe (uyophelelaphi)
Bayakhala ngawe (wena sihlobo sami)
Kubuhlungu ngawe (uyophelelaphi na)
Buyel Ekhaya (wena wemfowethu)
Woza kuJesu (uyophelelaphi)
Woza kuJesu (wena sihlobo sami)
Ngiyakuncenga mina (uyophelelaphi na)
Salusubuy' ekhayakhaya (wena wemfowethu)
Salusubuy' ekhaya (uyophelelaphi)
Salusubuy' ekhaya (wena sihlobo sami)
Sisono na (uyophelelaphi na)
Buyel' ekhaya wena (wena wemfowethu)
Ngiyabuza mina (uyophelelaphi )
Sengiyabuza mina (uyophelelaphi)
Kubuhlungu ngawe (uyophelelaphi)
Kubuhlungu ngawe (wena wemfowethu)
Woza kuJesu (uyophelelaphi)
Woza uJesu (wena sihlobo sami)
Uyophelelaphi (uyophelelaphi na)
Uyophelelaphi na (wena wemfowethu)
Uyophelelaphi (uyophelelaphi)
Uyophelelaphi (wena sihlobo sami)
Ngiyabuza mina (uyophelelaphi na)
Phelelaphi na (wena wemfowethu)